Ukuphupha umuntu ongasekho
Ukuphupha umuntu ongasekho. Lokhu kukhomba ukuba usuke ecela nimenzele umsebenzi wokumuhlambulula bese niyamushwelezela. ukuphupha ulele nomuntu osewashona noma wenza ucansi naye. . ukuphupha imali eningi yamaphepha kuchaza inhlanhla oyitholayo kubantu bakini, akusho ukuthi uzoyithola ngempela leyomali, kungenzeka uyiwine noma uthole umsebenzi. Ukuphupha unikwa imali umuntu ongasekho lokho kuchaza ukwamukeliswa izinhlanhla yilowomuntu, ukufumbathisa izinhlanhla. Lokhu kukhomba ukuba usuke ecela nimenzele umsebenzi wokumuhlambulula bese niyamushwelezela. Amaphupho ngomuntu ongasekho awanayo incazelo ewahlanganisa wonke, asho izinto eziningi ezihlukene. Ukuphupha umuntu ongasekho kungachaza ukuthi lowomuntu ongasekho ukuvakashele ngokomoya, ikakhulukazi uma bekungumuntu okhule naye uzwana naye. Kuyenzeka bakhale ngokuthi balambile, lapho-ke kusuke kumelwe kwenziwe umsebenzi kuhlatshwe imbuzi, inkomo noma izinkukhu ukuze badle. Incazelo iba kulokho asuke ekwenza lowo muntu ongasekho ephusheni lakho. Uma uphupha omunye wabantu bakini abangasekho emhlabeni, lokho kusho ukuthi basuke benomyalezo abafuna ukuwudlulisa kulabo abasaphilayo. Ukuphupha umuntu ongasekho ephila kungaba nezincazelo eziningi. Ukuphupha ugogo kuchaza abantu abadala abasuke bekuvakashele ebusuku, ugogo umele amadlozi , Kunogogo obizwa ngesithwalambiza, isithwalambiza siwugogo naso, uma uphuphe sona futhi kuchaza ukuthi uvakashelwe ngabantu abadala bakini. Esiyaye sikusho nje wukuthi kubalulekile ukukhumbula ukuthi utheni kuwe. Ukumuphupha ekhala – Kusho ukungathokozi kwabaphansi ngezenzo zakho noma ngendlela ophila ngayo eyakho impilo, ngakho kusuke kufanele ushintshe indlela ophila , oziphethe ngayo okanye owenza ngayo izinto. Ukumuphupha ekucela umgeze – Kusho ukuthi wayeganga esaphila, manje akamukelekile lapho ekhona ungcolile ngenxa yemisebenzi yakhe. Okunye okubalulekile wukuthi umphuphe enzani. calevok lkjchy ttukd pcldij dytwuc jjpsqx bjpn quy ngbwk fpqw